Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 19:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngalokho suka, ukhulume kahle ezincekwini zakho, ngokuba ngifunga uJehova ngithi, uma ungaphumi, akuyikusala muntu kuwe ngalobu busuku; lokhu kuyakuba kubi kuwe kunakho konke okubi okukwehlele kwasebusheni bakho kuze kube namuhla.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Ngakho-ke sukuma, uphume manje uyokhuluma kahle ezincekwini zakho, ngokuba ngifunga ngiyagomela phambi kukaSimakade ngithi, uma ungaphumi, akukho muntu ozosala ngakuwe ngalobu busuku. Lokhu kuzokuba kubi kuwe, kwedlule konke okubi osekwake kwakwehlela kusukela ebusheni bakho kuze kube namuhla.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Manje sukuma, uphume, ukhulume ngokukhululeka ezincekwini zakho; ngokuba ngifunga uJehova, uma ungaphumi, akuyikubakho muntu ohlala nawe ngalobu busuku; futhi kuyoba kubi kini ngaphezu kwakho konke okubi okuzayo. Kusukela ebusheni bakho kuze kube manje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 19:7
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inhliziyo yakhe yabambelela kuDina indodakazi kaJakobe, wayithanda intombi, wakhuluma kuyo inhliziyo yentombi.


ngokubathanda abakuzondayo nangokubazonda abakuthandayo. Ngokuba umemezele namuhla ukuthi izikhulu nezinceku azilutho kuwe, lokhu ngibona namuhla ukuthi uma ebephilile u-Abisalomu thina sonke besifile namuhla, ngabe kulungile emehlweni akho.


Udumo lwenkosi lungobuningi babantu, kepha ukuswela abantu kungukuchithwa kwesikhulu.


Ubuvila bushonisa ebuthongweni obunzima, nesidenge siyalamba.


Duduzani, nibaduduze abantu bami, usho uNkulunkulu wenu.


“Ngalokho bhekani, ngiyakumyenga, ngimyise ehlane, ngimqunge isibindi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ