2 Samuweli 19:35 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE35 Namuhla ngineminyaka engamashumi ayisihiyagalombili; ngingahlukanisa okuhle nokubi yini? Inceku yakho ingezwa ekudlayo nekuphuzayo na? Ngingabe ngisalizwa izwi lamadoda ahlabelelayo nabesifazane abahlabelelayo na? Inceku yakho isezakuba ngumthwalo wenkosi yami, inkosi, ngani na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202035 Namuhla ngineminyaka engama-80; ngisakwazi yini ukwehlukanisa okuhle nokubi na? Inceku yakho isengakuzwa nje ekudlayo nekuphuzayo? Kepha ngingabe ngisalizwa yini izwi lamadoda ahlabelelayo nabesifazane abahlabelelayo na? Kungani inceku yakho izoba ngumthwalo enkosini yami, inkosi na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202435 Ngineminyaka engamashumi ayisishiyagalombili namuhla, ngingahlukanisa okuhle nokubi na? Inceku yakho inganambitha engikudlayo nengikuphuzayo na? ngisalizwa yini izwi labahlabeleli besilisa nabesifazane abaculayo? pho, inceku yakho isayakuba ngumthwalo enkosini yami, inkosi, na? အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |