Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 19:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Wayesethi uMefibosheti enkosini: “Makathathe konke, njengokuba inkosi yami, inkosi, isibuyele endlini yayo ngokuthula.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Wayesethi uMefibhoshethi enkosini: “Makathathe konke, njengoba inkosi yami, inkosi, isibuyele esigodlweni sayo ngokuthula.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kepha uMefibosheti wathi enkosini: “Yebo, makathathe konke, ngokuba inkosi yami, inkosi, ibuyele endlini yayo ngokuthula.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 19:30
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Ngidabukile ngawe mfowethu Jonathani; wawumnandi kakhulu kimi; lwaluyisimangaliso kimi uthando lwakho, ludlula uthando lwabesifazane.


Kwawela isikebhe sokuwelisa abendlu yenkosi nokwenza okwakukuhle emehlweni ayo. UShimeyi indodana kaGera wawela phansi phambi kwenkosi isiyakuliwela iJordani.


Inkosi yathi kuye: “Usakhulumelani ngezindaba zakho na? Ngithi: Wena noSiba, yahlukaniselani izwe.”


UBarizilayi wakwaGileyadi wehla eRogelimi; wawela iJordani kanye nenkosi ukuyiwelisa iJordani.


Inkosi yayisimbiza uSiba inceku kaSawule, yathi kuye: “Konke okukaSawule nokwendlu yakhe yonke ngikunike indodana yenkosi yakho.


Kepha ukuphila angikushayi into yalutho ukuba kube yigugu kimi, kuphela ukuba ngiphelelise ukuhamba kwami nenkonzo engayamukela eNkosini uJesu yokufakaza ngevangeli lomusa kaNkulunkulu.


njengokulangazela nokwethemba kwami ukuthi ayikho into engizakujabhiswa kuyo, kepha ngesibindi sonke, njengasezikhathini zonke namanje, uKristu uyakwenziwa mkhulu emzimbeni wami, nokuba kungokuphila nokuba kungokufa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ