Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 19:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Wathi: “Nkosi yami, nkosi, inceku yami yangikhohlisa, ngokuba inceku yakho yathi: ‘Ngiyakuzibophelela imbongolo ukuba ngiyikhwele, ngihambe nenkosi, ngokuba inceku yakho ilunyonga.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Wathi: “Nkosi yami, nkosi, inceku yami yangikhohlisa, ngokuba inceku yakho yathi kuyo: ‘Ngibophelele imbongolo, ukuze ngiyigibele, ngihambe nenkosi, ngokuba ngilunyonga.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Wathi: “Nkosi yami, nkosi, inceku yami ingikhohlisile, ngokuba inceku yakho yathi: ‘Ngiyakuzibophela imbongolo ukuba ngigibele kuyo, ngiye enkosini; ngoba inceku yakho ikhubazekile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 19:26
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kweza naye abantu abayinkulungwane bakwaBenjamini, noSiba inceku yendlu kaSawule, namadodana akhe ayishumi nanhlanu, nezinceku zakhe ezingamashumi amabili zinaye; bawela iJordani phambi kwenkosi.


UJonathani indodana kaSawule wayenendodana elunyonga ngezinyawo. Yayineminyaka eyisihlanu ekufikeni kombiko ngoSawule noJonathani uvela eJizreyeli; umzanyana wayo wayithatha, wabaleka; kwathi eseshesha ukubaleka, yawa, yaba lunyonga. Igama layo lalinguMefibosheti.


Inkosi yayisithi: “Akusekho endlini kaSawule noyedwa engingamenzela umusa kaNkulunkulu na?” USiba wathi enkosini: “UJonathani usenendodana elunyonga ngezinyawo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ