Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 19:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ukunqoba ngalolo suku kwaphenduka isililo kubantu bonke, ngokuba abantu bezwa kwathiwa ngalolo suku: “Inkosi idabukile ngendodana yayo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Ukunqoba ngalolo lusuku kwaphenduka isililo kubo bonke abantu, ngokuba abantu bezwa kuthiwa ngalolo lusuku: “Inkosi idabukile ngenxa yendodana yayo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ukunqoba ngalolo suku kwaphenduka isililo kubo bonke abantu, ngokuba abantu bezwa ngalolo suku ukuthi inkosi idabukile ngendodana yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 19:2
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJowabe indodana kaSeruya wayeseqonda ukuthi inhliziyo yenkosi iku-Abisalomu.


Kwabikelwa uJowabe ukuthi: “Bheka, inkosi iyakhala, imlilela u-Abisalomu.”


Abantu bangena emzini ngalolo suku ngokunyenya njengabantu abanamahloni benyenya, bebalekela impi.


Ekukhanyeni kobuso benkosi kukhona ukuphila, nesisa sayo sinjengefu lemvula yamuva.


Ukufutheka kwenkosi kunjengokubhonga kwengonyama, kepha isihhe sayo sinjengamazolo etshanini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ