Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 18:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Inkosi yathi kumKushe: “Isahlezi kahle insizwa u-Abisalomu na?” UmKushe wathi: “Izitha zenkosi yami, inkosi, nabo bonke abakuvukelayo ukukulimaza mababe njengaleyo nsizwa.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Inkosi yathi kumKhushe: “Kuhamba kahle yini ngensizwa u-Absalomu,na?” UmKhushe wathi: “Izitha zenkosi yami, inkosi, nabo bonke abayivukelayo mababe njengaleyo nsizwa.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Inkosi yathi kuKushi: “Ingabe insizwa u-Abisalomu iphephile na?” UKusi waphendula wathi: “Izitha zenkosi yami, inkosi, nabo bonke abakuvukelayo ukukulimaza, makube njengaleyo nsizwa;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 18:32
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi uJowabe kumKushe: “Hamba, uyitshele inkosi okubonileyo.” UmKushe wamkhothamela uJowabe, wagijima.


Inkosi yathi: “Isahlezi kahle insizwa u-Abisalomu na?” U-Ahimahasi wathi: “Ngabona isixuku sabantu, lapho uJowabe inceku yenkosi ethuma inceku yakho, kepha angazanga ukuthi kuyini.”


Lokhu makube ngumvuzo wezitha, uvela kuJehova, nowabakhuluma kabi ngomphefumulo wami.


inhliziyo yakhe iyakuguqulwa ingabi ngeyomuntu, aphiwe inhliziyo yesilwane, kudlule izikhathi eziyisikhombisa phezu kwakhe.


Khona uDaniyeli ogama lakhe lalinguBeliteshasari wamangala isikhashana, imicabango yakhe yamesabisa. Inkosi yathatha yathi: “Beliteshasari, iphupho nencazo makungakwesabisi.” UBeliteshasari waphendula wathi: “Nkosi, iphupho malibe kwabakuzondayo, nencazo yalo kuzo izitha zakho.


“Mazibhubhe kanjalo zonke izitha zakho, Jehova; kepha abamthandayo mababe njengelanga, lapho liphuma ngamandla alo.” Izwe selaba nokuthula iminyaka engamashumi amane.


“Ngalokho, nkosi, kuphila kukaJehova nokuphila komphefumulo wakho, njengokuba uJehova ekuvimbele ukungena ecaleni legazi nokuzisindisa ngesandla sakho, ngalokho-ke mazibe njengoNabali izitha zakho nabayifunela inkosi yami ububi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ