Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 18:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wathi: “Noma kanjani, ake ngigijime.” Wathi kuye: “Gijima.” Wayesegijima u-Ahimahasi ngendlela yasethafeni, wamdlula umKushe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Wathi: “Noma kungenzekani, ngizogijima.” Wathi kuye: “Gijima.” Wayesegijima u-Ahimahazi ngendlela esethafeni, wamdlula umKhushe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kodwa noma kunjalo, wathi, ake ngigijime. Wathi kuye: “Gijima.” Khona-ke u-Ahimaäs wagijima wehla ngomgwaqo esuka ethafeni futhi wamfica uKusi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 18:23
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi uJowabe kumKushe: “Hamba, uyitshele inkosi okubonileyo.” UmKushe wamkhothamela uJowabe, wagijima.


U-Ahimahasi indodana kaSadoki wabuye wathi kuJowabe: “Noma kanjani, ake ngigijime nami, ngimlandele umKushe.” Kepha uJowabe wathi: “Uyakugijimelani wena mntanami, lokhu kungekho mvuzo wombiko kuwe, na?”


UDavide wayehlezi emkhathini wamasango omabili; umlindi wakhuphukela ophahleni lwesango ngasogangeni, waphakamisa amehlo akhe, wabheka, nanguya umuntu egijima eyedwa.


Bagijima bobabili kanyekanye; kepha umfundi omunye wagijima kakhulu kunoPetru, wafika kuqala ethuneni;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ