Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 18:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 U-Ahimahasi indodana kaSadoki wabuye wathi kuJowabe: “Noma kanjani, ake ngigijime nami, ngimlandele umKushe.” Kepha uJowabe wathi: “Uyakugijimelani wena mntanami, lokhu kungekho mvuzo wombiko kuwe, na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 U-Ahimahazi, indodana kaZadoki, wabuye wathi kuJowabe: “Noma kungenzekani, ake ngigijime nami ngimlandele umKhushe.” Kepha uJowabe wathi: “Uzogijimelani wena, ndodana yami, lokhu kungekho mvuzo ozowuthola ngombiko na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 U-Ahimayewu indodana kaSadoki wabuye wathi kuJowabe: “Kepha nami mangigijime ngilandele umKushi.” Wayesethi uJowabe: “Ugijimelani, ndodana yami, lokhu ungazi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 18:22
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi uJowabe kumKushe: “Hamba, uyitshele inkosi okubonileyo.” UmKushe wamkhothamela uJowabe, wagijima.


Wathi: “Noma kanjani, ake ngigijime.” Wathi kuye: “Gijima.” Wayesegijima u-Ahimahasi ngendlela yasethafeni, wamdlula umKushe.


Inkosi yathi: “Isahlezi kahle insizwa u-Abisalomu na?” U-Ahimahasi wathi: “Ngabona isixuku sabantu, lapho uJowabe inceku yenkosi ethuma inceku yakho, kepha angazanga ukuthi kuyini.”


UFaro wathi kuye: “Uswele ntoni lapha kimi ukuba ufune ukuya ezweni lakini na?” Wathi: “Lutho, kepha mangivunyelwe impela ukuba ngihambe.”


Nanjengalokho bengakunakanga ukumazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabanikela engqondweni yokunganaki ukwenza okungafanele,


nehlazo, nokubheda, nokulawula, okuyizinto ezingafanele, kepha kunalokho makube ngukubonga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ