Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 18:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Izinsizwa eziyishumi ezaziphethe izikhali zikaJowabe zamzungeza, zamshaya u-Abisalomu, zambulala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Izinsizwa ezilishumi ezaziphethe izikhali zikaJowabe zamzungeza, zamgwaza u-Absalomu, zambulala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Izinsizwa eziyishumi ezazimbethe izikhali zikaJowabe zamzungeza, zamshaya u-Abisalomu, zambulala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 18:15
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalokho inkemba ayiyikusuka endlini yakho, ngokuba ungidelele, wathatha umka-Uriya umHeti ukuba abe ngumkakho.’


Wayesethi uJowabe: “Anginakulibala kanje nawe.” Wathatha imikhonto emithathu ngesandla sakhe, wambhokoda u-Abisalomu enhliziyweni esezwa, ephakathi kwe-oki.*


UJowabe wayesebetha icilongo, abantu babuya ekumxosheni u-Israyeli, ngokuba uJowabe wabagodla abantu.


Inkosi uDavide yathumela kuSadoki naku-Abiyathara abapristi, yathi: “Khulumani kumalunga akwaJuda, nithi: ‘Kungani ukuba nibe ngabokugcina ukubuyisela inkosi endlini yayo, lokhu kufinyelele enkosini nasendlini yayo konke ukukhuluma kuka-Israyeli, na?


ukuthi ukujabula kwababi kufushane, nokuthokoza kwabangenaNkulunkulu kungokokuphazima kweso nje, na?


Ngambona omubi oyisidlova ezenabisile njengomuthi oluhlaza ogxilileyo;


Omubi ufuna ukuhlubuka kuphela; ngalokho kuyakuthunyelwa kuye isithunywa esinonya.


Umuntu osindwa yigazi lomunye uyakubalekela egodini; makangasizwa muntu.


Omba umgodi uyakuwela kuwo, nodiliza ugange uyakulunywa yinyoka.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ