Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 18:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UJowabe wathi kumuntu omtshelileyo: “Bheka, ukubonile, awumjuqanga ngani khona, awele phansi, na? Nga ngikunikile izinhlamvu eziyishumi zesiliva nebhande.”*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 UJowabe wathi kumuntu ombikeleyo: “Umbone ngempela? Pho awumjuqanga ngani khona lapho, awele phansi na? Ngabe ngikunike izinhlamvu zesiliva ezilishumi nebhande.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 UJowabe wayesethi endodeni emtshelayo: “Bheka, umbonile; awumshayanga ngani phansi lapho na? bengiyakukunika amashekeli ayishumi esiliva nebhande.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 18:11
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umuntu othile wakubona, wamtshela uJowabe, wathi: “Bheka, ngibone u-Abisalomu ephanyekekile e-okini.”*


Wathi-ke umuntu kuJowabe: “Noma bengiyakukhokhelwa izinhlamvu eziyinkulungwane zesiliva esandleni sami, nokho bengingayikuselulela isandla sami endodaneni yenkosi, ngokuba ezindlebeni zethu inkosi yakuyala wena no-Abishayi no-Ithayi ukuthi: ‘Yilondeni insizwa u-Abisalomu.’


Yishoni ku-Amasa ukuthi: ‘Angithi uyithambo lami nenyama yami na? Makenze njalo kimi uNkulunkulu, enezele futhi, uma ungayikuba yinduna yempi ngaphambi kwami njalo esikhundleni sikaJowabe.’ ”


Ngokuba isitha siyazingela umphefumulo wami, sicindezela phansi emhlabathini ukuphila kwami; singihlalisile ebumnyameni njengabakade bafa.


Zinjalo izindlela zabo bonke abaphanga impango; iyasusa ukuphila komniniyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ