2 Samuweli 17:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Wathi futhi uHushayi: “Uyamazi uyihlo nabantu bakhe ukuthi bangamaqhawe nokuthi bacasukile ezinhliziyweni zabo njengebhere* elaphucwe amazinyane alo endle; uyihlo uyindoda yempi, akayikuhlala nabantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20208 UHushayi wabuye wathi: “Uyazi ukuthi uyihlo nabantu bakhe bangamaqhawe, nokuthi bacasukile ezinhliziyweni, bafana nebhele elephucwe amazinyane alo ehlane. Uyihlo uyindoda yempi, akasoze alala lapho kulele khona abantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20248 Ngoba, uHusayi wathi, wena uyamazi uyihlo labantu bakhe ukuthi bangamaqhawe, futhi bachothozekile ezinhliziyweni zabo njengebhere eliphucwe amawundlu alo egangeni; futhi uyihlo uyindoda yempi futhi akafuni ukulala nabantu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |