Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 17:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Kwathi uDavide esefikile eMahanayimi, uShobi indodana kaNahashi waseRaba labantwana bakwa-Amoni, noMakiri indodana ka-Amiyeli waseLo Debari, noBarizilayi wakwaGileyadi waseRogelimi

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Kwathi ukuba uDavide afike eMahanayimi; uShobi, indodana kaNahashi waseRabha kwa-Amoni, uMakhiri, indodana ka-Amiyeli waseLo Debhari, noBharizilayi, umGileyadi, waseRogelimi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 UDavide esefikile eMahanayimi, noSobi indodana kaNahashi eRaba labantwana bakwa-Amoni, noMagiri indodana ka-Amiyeli eLodebari, noBarizilayi wakwaGileyadi waseRogelimi,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 17:27
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJowabe walwa neRaba labantwana bakwa-Amoni, wathatha umuzi wenkosi.


O-Israyeli no-Abisalomu bamisa ezweni lakwaGileyadi.


Yathi inkosi kuye: “Iphi na?” USiba wathi enkosini: “Bheka, isendlini kaMakiri indodana ka-Amiyeli eLo Debari.”


“Kepha yiba nomusa kumadodana kaBarizilayi wakwaGileyadi, abe khona phakathi kwabadla ngasetafuleni lakho, ngokuba enza kanjalo kimi mhla ngabalekela u-Abisalomu umfowenu.


Abantwana babapristi: ngabantwana bakwaHabaya, nabantwana bakwaHakhosi, nabantwana bakwaBarizilayi, owathatha umfazi emadodakazini kaBarizilayi wakwaGileyadi, wabizwa ngegama lawo.


Kwenyuka uNahashi wakwa-Amoni, wamisa eJabeshi Gileyadi; bonke abantu baseJabeshi bathi kuNahashi: “Yenza isivumelwano nathi, siyakukukhonza.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ