Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 16:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Inkosi yathi kuSiba: “Uthini ngalezi zinto na?” Wathi uSiba: “Izimbongolo zingezokukhwelwa ngabantu bendlu yenkosi, izinkwa nezithelo zingezokudliwa, newayini lingelokuphuzwa ngabayethileyo ehlane.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Inkosi yathi kuZiba: “Ziyini lezi zinto na?” UZiba wathi: “Izimbongolo ngezokugibelisa abendlu yenkosi. Izinkwa nezithelo ngezokudliwa, kuthi iwayini liphuzwe yilabo asebeyethiswe ukuba sehlane.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Inkosi yasisithi kuSiba: Uthini ngalokhu? USiba wayesethi: “Izimbongolo zikhwele indlu yenkosi; nesinkwa nezithelo zasehlobo ukuba zidle izinsizwa; newayini, ukuze baphuze abakhathele ogwadule.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 16:2
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Abimeleki wathi ku-Abrahama: “Lezi zimvukazana eziyisikhombisa ozibeke zodwa ziyini na?”


Wayesethi: “Uqondeni ngawo wonke lombonda engihlangana nawo na?” Wathi: “Ukuba ngifumane umusa emehlweni enkosi yami.”


Kwathi emva kwalokho u-Abisalomu wazilungiselela inqola, namahhashi, nabantu abangamashumi ayisihlanu ukuba bagijime phambi kwakhe.


Izwe lonke lakhala ngezwi elikhulu, nabantu bonke bawela; nenkosi futhi yawela umfudlana iKidroni, nabantu bonke bawela ngasendleleni yasehlane.


nezinyosi, namangqanga, nezimvu, noshizi* wezinkomo kuDavide nabantu ababe naye ukuba badle, ngokuba bathi: “Abantu balambile, bakhathele, bomile ehlane.”


Wathi: “Nkosi yami, nkosi, inceku yami yangikhohlisa, ngokuba inceku yakho yathi: ‘Ngiyakuzibophelela imbongolo ukuba ngiyikhwele, ngihambe nenkosi, ngokuba inceku yakho ilunyonga.’


“Lapho abantu bakho bekhuluma kuwe, bathi: ‘Ungesitshele ukuthi lezi ziyini kuwe na?’


Wayenamadodana angamashumi amathathu agibela amathole ezimbongolo angamashumi amathathu; ayenemizi engamashumi amathathu ethiwa iHavoti Jayire kuze kube namuhla, esezweni lakwaGileyadi.


“Nina enigibela izimbongolo ezimhlophe, nina enihlezi emacansini, nani enihamba ngendlela, kulandeni.


Kwase kuthatha omunye wabantu, wathi: “Uyihlo wabafungisa nokubafungisa abantu, ethi: ‘Makaqalekiswe umuntu odla ukudla namuhla.’ Abantu babephelile amandla.”


Manje-ke, lesi sipho esilethwa yincekukazi yakho enkosini yami, masinikwe izinsizwa ezilandela inkosi yami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ