Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 16:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 U-Abisalomu wayesethi kuHushayi: “Lokhu kungukuthembeka kwakho kumngane wakho na? Awuhambanga ngani nomngane wakho na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 U-Absalomu wayesethi kuHushayi: “Lokhu kungukwethembeka kwakho kumngani wakho, na? Awuhambanga ngani nomngani wakho, na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 U-Abisalomu wathi kuHusayi: “Lokhu kungumusa wakho kumngane wakho na? kungani ungahambanga nomngani wakho?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 16:17
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi uHushayi ku-Abisalomu: “Qha, lo okhethwe nguJehova, nayilaba bantu, nangabantu bonke bakwa-Israyeli, ngiyakuba ngowakhe, ngihlale naye.


Kwathi esefike eJerusalema ukuyihlangabeza inkosi, inkosi yathi kuye: “Awuhambanga ngani nami, Mefibosheti, na?”


Umngane uthanda ngezikhathi zonke, nomzalwane uzalwa ekuhluphekeni.


Umuntu wabangane uyazilimaza, kepha kukhona abangane ababambelela kuneselamani.


UJehova nimvuza kanjalo nina bantu abayiziwula nabangahlakaniphile na? Akasiye uyihlo owakudala na? Wakwenza, wakubumba.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ