Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 14:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Inkosi yayisithi kuJowabe: “Bheka-ke, yenza lokhu: hamba ubuyise umfana u-Abisalomu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Inkosi yayisithi kuJowabe: “Bheka-ke, ngizokwenza lokho. Hamba ulande umfana, u-Absalomu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Inkosi yathi kuJowabe: “Bheka, ngikwenzile lokho; hamba, ubuyise insizwa u-Abisalomu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 14:21
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi yena: “Inkosi ake ikhumbule uJehova uNkulunkulu wayo ukuba umphindiseli wegazi angaqhubeki ukuchitha nokuba bangayibulali indodana yami.” Yathi: “Kuphila kukaJehova, akuyikuwela phansi nolulodwa unwele lwendodana yakho.”


UJowabe wawa phansi ngobuso, wakhuleka, wayibusisa inkosi; uJowabe wathi: “Namuhla inceku yakho iyazi ukuthi ngifumene umusa emehlweni akho, nkosi yami, nkosi, lokhu inkosi ilenzile izwi lenceku yayo.”


Inkosi yadabuka kakhulu, kepha ngenxa yezifungo nangenxa yababehlezi nayo ekudleni ayithandanga ukuyilandulela.


Ngokuba, kuphila kukaJehova osindisa u-Israyeli, nokuba sikuJonathani indodana yami, uyakufa nokufa.” Kepha akwabakho noyedwa owamphendulayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ