2 Samuweli 14:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Ngokuba simelwe ukufa, sinjengamanzi achithwa emhlabathini, angenakuqoqwa futhi; uNkulunkulu akasusi ukuphila, kepha uqamba amasu ukuba oxoshiweyo angabi ngumxoshwa kuye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202014 Ngokuba simelwe ukufa, sinjengamanzi achithwa emhlabathini, angenakubuye aqoqwe. UNkulunkulu akakususi ukuphila, kepha uqamba amasu ukuba oxoshiweyo angabi ngumxoshwa kuye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202414 Ngoba kufanele sife futhi sinjengamanzi achitheke emhlabathini, angeke aphinde aqoqwe; futhi uNkulunkulu akahloniphi muntu; nokho uceba icebo ukuze abathunjwa bakhe bangaxoshwa kuye. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |