Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 11:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngubani owabulala u-Abimeleki indodana kaJerubesheti na? Angithi owesifazane esogangeni wamphonsa ngembokodwe, wafa eThebesi, na? Nisondeleleni kangako ogangeni na?’ uthi: ‘Inceku yakho u-Uriya umHeti ifile nayo.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Ngubani owabulala u-Abimelekhi, indodana kaJerubheshethi na? Akubanga yini ngowesifazane owagingqela kuye itshe lokusila esogangeni, wafela eThebezi na? Nisondeleleni ogangeni, na?’ “Uyokuthi: ‘Inceku yakho u-Uriya umHithi, nayo ifile.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngubani owanqoba u-Abimeleki indodana kaJerubhesheti na? Angithi owesifazana wamjikijela ilitshe lokuchola esodongeni, waze wafa eThebesi? usondeleleni odongeni? uthi: Inceku yakho u-Uriya umHeti ifile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 11:21
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantu bomuzi baphuma balwa noJowabe; kwawa abantu abathile ezincekwini zikaDavide; wafa naye u-Uriya umHeti.


kuyakuthi uma kuvuka intukuthelo yenkosi, ithi kuwe: ‘Nisondeleleni kangako emzini ukulwa na? Beningazi yini ukuthi bebeyakucibishela besogangeni na?


Sase sihamba isithunywa, safika samtshela uDavide konke esasikuthunyelwe nguJowabe.


U-Abineri esebuyele eHebroni, uJowabe wamchezukisela phakathi kwesango ukuba akhulume naye bebodwa, wamgwaza lapho esiswini waze wafa ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.


Izandla zakho zazingaboshiwe, nezinyawo zakho zazingafakwanga emaketangeni; wawa njengomuntu owayo phambi kwabantu ababi.” Bonke abantu baphinda bemkhalela.


Ngisindise kuzo iziphambeko zami, ungangenzi isithuko sesiwula.


Onke ayakuthatha athi kuwe: Nawe usubuthakathaka njengathi, usufana nathi, na?


Ngalokho ngalolo suku wambiza ngokuthi uJerubali,* ethi: “UBali makalwe naye ngokuba elibhidlizile i-altare lakhe.”


UJerubali* onguGideyoni nabantu bonke ababenaye bavuka ekuseni, bamisa ngasemthonjeni waseHarodi; ikamu* lakwaMidiyani lalingasenyakatho kwabo ngasegqumeni laseMore esigodini.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ