2 Samuweli 11:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Esebiziwe nguDavide wadla waphuza phambi kwakhe; wamdakisa; kusihlwa waphuma ukuyolala embhedeni wakhe kanye nezinceku zenkosi, kepha akehlelanga endlini yakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202013 UDavide wambiza futhi, wadla phambi kwakhe, waphuza waze wadakwa, waphuma ebusuku wayolala embhedeni wakhe kanye nezinceku zenkosi, akazange ehlele endlini yakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202413 UDavide wambiza, wadla, waphuza phambi kwakhe; wadakwa, kwathi kusihlwa waphuma ukuba alale embhedeni wakhe nezinceku zenkosi yakhe, akehlelanga endlini yakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |