2 Samuweli 10:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Kepha uJowabe esebona ukuthi izimpondo zempi zimhaqile ngaphambili nangasemuva wakhetha kwabakhethekileyo bakwa-Israyeli, wabahlela ukuba balwe nama-Aramu; အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 UJowabe wabona ukuthi izimpondo zempi zimzungeze nxazonke, wakhetha amabutho kuwo wonke ayekhethwe kwa-Israyeli, wawathuma ukuba ayokulwa nama-Aramu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 Lapho uJowabe ebona ukuthi impi yayiphambi kwakhe ngaphambili nangasemuva, wakhetha kubo bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, wabahlela ngokumelene nama-Aramu. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |