Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 Samuweli 1:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UDavide walila ngalesi sililo ngoSawule noJonathani indodana yakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 UDavide wamlilela uSawule noJonathani, indodana yakhe, ngaleli culo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 UDavide walilela ngalesi sililo ngoSawule nangoJonathani indodana yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 Samuweli 1:17
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abakhileyo ezweni, amaKhanani, sebebone isililo eGoreni Hathadi bathi: “Lokhu kuyisililo esinzima sabaseGibithe.” Ngalokho igama laleyo ndawo laqanjwa ngokuthi i-Abela Misirayimi* elingaphesheya kweJordani.


“Udumo lwakho, Israyeli, lubulewe ezindaweni eziphakemeyo. Yeka ukuwa kwamaqhawe!


Inkosi yamlilela u-Abineri, yathi: “Afe u-Abineri njengokufa kwesiwula na?


Naye uJeremiya wamlilela uJosiya; bonke abahlabeleli besilisa nabesifazane bakhuluma ngoJosiya ekulileni kwabo kuze kube namuhla; bakwenza kwaba yisimiso kwa-Israyeli; bheka, kulotshiwe eziLilweni.


Ngahamba kungathi bekungumngane wami nomfowethu; njengokhalela unina ngakhothama ngokulila.


“Lokhu kuyisililo abayakulila ngaso; amadodakazi ezizwe ayakulilisela ngaso, alilele iGibithe nesixuku salo ngaso, isho iNkosi uJehova.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ