Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 kuThimothewu 4:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Shesha ufike, kungakangeni ubusika. Bakhonza kuwe o-Evubulu, noPhude, noLinu, noKlawudiya, nabo bonke abazalwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Phangisa uze lapha, bungakangeni ubusika. Bayakhonza o-Ewubulu, uPhude, uLinu, uKlawudiya nabo bonke abazalwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Khuthalela ukufika ngaphambi kobusika. Uyakhonza kuwe u-Eubhulo, noPude, noLinu, noKlawudiya, nabo bonke abazalwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Khuthalela ukufika ngaphambi kobusika. Uyakhonza kuwe u-Eubhulo, noPude, noLinu, noKlawudiya, nabo bonke abazalwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 kuThimothewu 4:21
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba, nxa uya enkosini nomelene nawe, ncengisisa usesendleleni ukuba ukhululeke kuye, funa mhlawumbe akuhudulele kumahluleli, umahluleli akunikele kulo iphoyisa, iphoyisa likuphonse etilongweni.


Abazalwane bonke bayakhonza kini. Bingelelanani ngokwanga okungcwele.


Abangcwele bonke bayakhonza kini, ikakhulu abendlu kaKesari.


ngilangazelela ukukubona, ngikhumbula izinyembezi zakho, ukuze ngigcwaliswe ngentokozo,


Ijazi engalishiya eTrowa kuKarpu woliphatha, nxa uza, nezincwadi, ikakhulu ezesikhumba.


Nxa sengithuma u-Arethema noma uThikhiku kuwe, woshesha ukuza kimi eNikopholi; ngokuba nginqumile ukuthi ngizakuhlala lapho ubusika.


Abantwana bakadadewenu okhethiweyo bayakhonza kuwe.


kepha ngiyethemba ukukubona masinyane, sikhulume umlomo nomlomo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ