Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 kuThimothewu 3:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 befunda njalo, kepha bengeke bakwazi ukufika ekulazini iqiniso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Bafunda njalo, kodwa abafinyeleli ekwazini iqiniso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Njalo befunda, kodwa bengabe besakwazi ukufinyelela olwazini lweqiniso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Njalo befunda, kodwa bengabe besakwazi ukufinyelela olwazini lweqiniso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 kuThimothewu 3:7
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Isideleli siyafuna ukuhlakanipha singakutholi, kepha ukwazi kulula koqondayo.


Waphendula-ke, wathi kubo: “Nina niphiwe ukwazi izimfihlakalo zombuso wezulu; kodwa bona kabakuphiwanga.


Ningakholwa kanjani nina enidumisana nodwa, ningalufuni udumo oluvela kuNkulunkulu yedwa, na?


ukuze singabe sisaba yizingane, sishukunyiswa okwamaza, sipheshulwa yimimoya yonke yezifundiso ngenkohliso yabantu, ngobuqili obunamacebo okudukisayo;


kepha uJehova akaninikanga inhliziyo yokwazi, namehlo okubona, nezindlebe zokuzwa kuze kube namuhla.


othanda ukuba abantu bonke basindiswe, bafinyelele ekulazini iqiniso.


ibalaya ngomoya omnene abamelene nayo, kumbe uNkulunkulu angabanika ukuphenduka, baze balazisise iqiniso,


Sinokuningi esingakusho ngalokho, okulukhuni ukuchasisela, lokhu senaba buthuntu ekuzweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ