Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Inkosi yenza isiliva livame eJerusalema njengamatshe, nemisedari* yayenza ibe njengemithombe ehlanzeni ngobuningi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Inkosi yenza ukuba isiliva lixhaphake njengamatshe eJerusalema, nemisedari yayenza yaba miningi njengemithombe ehlanzeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Inkosi yenza isiliva eJerusalema njengamatshe, yenza nemisedari njengemithombe emithonjeni eminingi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:27
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

uBali Hanani umGederi wayephethe iminqumo nemikhiwane eyayisehlanzeni; uJowashi wayephethe imigodi yamafutha;


Zonke izitsha zokuphuza zenkosi uSolomoni zaziyigolide, nazo zonke izitsha zendlu yehlathi laseLebanoni zaziyigolide elicwengekileyo, isiliva lingento yalutho emihleni kaSolomoni.


Wabulala imivini yabo ngesichotho, nemikhiwane yabo ngesangquma.


“Izitini ziwile, kepha siyakwakha ngamatshe abaziweyo; imithombe igawuliwe, kepha siyakutshala imisedari* ezikhundleni zayo.”


Wayesephendula u-Amose, wathi ku-Amasiya: “Angisiye umprofethi mina, nendodana yomprofethi angisiyo, kepha ngangingumalusi, ngangitshala imithombe.


Yagijimela phambili, yakhwela emthombeni ukuba imbone, ngokuba ebezakudlula ngakhona.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ