Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 kanjalo nezihlangu ezingamakhulu amathathu egolide elikhandiweyo, amashekeli angamakhulu amathathu egolide kuso isihlangu sinye; inkosi yazibeka endlini yehlathi laseLebanoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Yakhanda futhi nezihlangu zegolide elicangcathiweyo ezingama-300; isihlangu ngasinye singamashekeli egolide elicangcathiweyo angama-300; inkosi yazibeka eNdlini Yehlathi eLebhanoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wenza amahawu angamakhulu amathathu egolide elikhandiweyo; Inkosi yasibeka endlini yehlathi laseLebanoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:16
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathatha ingcebo yendlu kaJehova nengcebo yendlu yenkosi, yebo, wathatha konke, wathatha zonke izihlangu zegolide ezenziwe nguSolomoni.


Wakha nendlu yehlathi laseLebanoni; ubude bayo babuyizingalo eziyikhulu, nobubanzi bayo babuyizingalo ezingamashumi ayisihlanu, nokuphakama kwayo kwakuyizingalo ezingamashumi amathathu phezu kwezinhla ezine zezinsika zemisedari,* imishayo yemisedari iphezu kwezinsika.


UShishaki, inkosi yaseGibithe, wakhuphukela eJerusalema, wathatha ingcebo yendlu kaJehova nengcebo yendlu yenkosi, yebo, wathatha konke, wathatha izihlangu zegolide ezenziwe nguSolomoni.


Inkosi uSolomoni yenza izihlangu ezingamakhulu amabili zegolide elikhandiweyo, kwaba ngamashekeli* angamakhulu ayisithupha egolide elikhandiweyo kuso isihlangu sinye,


Inkosi yenza nesihlalo sobukhosi esikhulu sezimpondo zendlovu, yasinameka ngegolide elicwengekileyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ