Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Isisindo segolide elafika kuSolomoni iminyaka yonke sasingamatalenta* angamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesithupha egolide

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Isisindo segolide elalilethwa kuSolomoni minyaka yonke lalingamathalenta angama-666 egolide,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Isisindo segolide elatholwa nguSolomoni ngomnyaka owodwa sasingamatalenta angamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesithupha;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:13
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UHiramu wathuma kuye ngezandla zezinceku zakhe imikhumnbi nezinceku ezazilwazi ulwandle; zafika nezinceku zikaSolomoni e-Ofiri, zalanda khona amatalenta* angamakhulu amane namashumi ayisihlanu egolide, zawayisa enkosini uSolomoni.


Inkosi uSolomoni yanika inkosikazi yaseSheba konke ekufunayo nekucelayo ngaphandle kwalokho ebikulethele inkosi. Yayisibuya, yaya ezweni layo, yona nezinceku zayo.


Ngenxa yethempeli lakho eJerusalema amakhosi ayakukulethela izipho.


Amakhosi aseTharishishi naweseziqhingini ayakuletha izipho; amakhosi aseSheba naseSeba ayakwethula izipho.


Iyakuphila, bayinike igolide laseSheba, bayithandazele njalo, bayibusise lonke usuku.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ