Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 9:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Inkosi uSolomoni yanika inkosikazi yaseSheba konke ekufunayo nekucelayo ngaphandle kwalokho ebikulethele inkosi. Yayisibuya, yaya ezweni layo, yona nezinceku zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Inkosi uSolomoni yanika indlovukazi yaseShebha konke ekufunayo neyakucelayo, ngaphandle kwalokho eyayikulethe enkosini. Yasuka yabuyela ezweni layo nezinceku zayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Inkosi uSolomoni yanika indlovukazi yaseSheba konke ekufunayo, nakho konke ekucelile, ngaphandle kwalokho ekulethe enkosini. Wayesephenduka, waya ezweni lakubo, yena nezinceku zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 9:12
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi uSolomoni yanika inkosikazi yaseSheba konke ekufunayo nekucelayo ngaphandle kwalokho uSolomoni ayinika khona ngokuphana kwenkosi. Yayisibuya, yaya ezweni layo, yona nezinceku zayo.


Ngemi-alimugi* inkosi yenzela indlu kaJehova nendlu yenkosi izikhwelo, kanye namahabhu,* nezingubhu zabahlabeleli; akuzange kubonwe phambili okunjengakho ezweni lakwaJuda.


Isisindo segolide elafika kuSolomoni iminyaka yonke sasingamatalenta* angamakhulu ayisithupha namashumi ayisithupha nesithupha egolide


Makakunike njengokwenhliziyo yakho, afeze icebo lakho lonke.


Kepha yena onamandla okwenza okukhulu kakhulu kunakho konke esikucelayo nesikuqondayo ngokwamandla asebenza kithi,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ