Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 8:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wonke umsebenzi kaSolomoni walungiswa kwaze kwaba lusuku lokubeka isisekelo sendlu kaJehova, yaze yaphela. Yayisiphelile indlu kaJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Wonke umsebenzi kaSolomoni wahlelwa kusukela osukwini okwabekwa ngalo isisekelo sendlu kaSimakade kwaze kwaba sekupheleni kwendlu kaSimakade.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wonke umsebenzi kaSolomoni walungiswa kwaze kwaba lusuku lokubekwa kwesisekelo sendlu kaJehova, yaze yaqedwa. Kanjalo indlu kaJehova yaphelela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 8:16
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abakhi bakaSolomoni nabakhi bakaHiramu nabaseGebali bawabaza, balungisa imithi namatshe ukwakha indlu.


Ngomnyaka wesine isisekelo sendlu kaJehova sase sibekiwe ngenyanga kaZivi.


Ngomnyaka weshumi nanye ngenyanga kaBuli eyinyanga yesishiyagalombili indlu yaqedwa kukho konke okwayo ngayo yonke imithetho yayo. Wayelokhu akha iminyaka eyisikhombisa.


Indlu isakhiwa yakhiwa ngamatshe alungiswa enkwalini; akuzwakalanga sando nazembe naphiki* nanto yensimbi, isakhiwa.


Abaphambukanga emiyalweni yenkosi kubapristi namaLevi ngalutho, nangengcebo.


Khona uSolomoni waya e-Esiyoni Geberi, nase-Elito, ogwini lolwandle ezweni lakwa-Edomi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ