2 iziKronike 7:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Abapristi bema njengezikhundla zabo kanye namaLevi, benezinto zokubethwa ayezenzile uDavide inkosi ukuba babonge uJehova, ngokuba umusa wakhe umi phakade, lapho uDavide edumisa ngezandla zabo; abapristi bakhalisa amacilongo ngaphambi kwabo, esemi wonke u-Israyeli. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20206 Abaphristi nabaLevi bema ngokwezikhundla zabo, bephethe izinto ezishaywayo ezazenziwe nguDavide, inkosi, ukuba babonge uSimakade, ngokuba umusa wakhe umi phakade, ngesikhathi uDavide edumisa ngezandla zabo; abaphristi babeshaya amacilongo phambi kwabo, wonke u-Israyeli wayemile. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20246 Abapristi bema ezikhundleni zabo, namaLevi enezinsimbi zokubethela zikaJehova inkosi uDavide eyazenzayo ukuba kudunyiswe uJehova, ngokuba umusa wakhe umi phakade lapho uDavide edumisa ngenkonzo yabo; abapristi bavuthela amacilongo phambi kwabo, wonke u-Israyeli wema. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |