Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 6:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Inkosi yayisiphenduka, yalibusisa lonke ibandla lakwa-Israyeli, lonke ibandla lakwa-Israyeli lalimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Inkosi yayisiphenduka, yabusisa lonke ibandla lakwa-Israyeli, lonke ibandla lakwa-Israyeli lalimi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Inkosi yasiphendulela ubuso bayo, yabusisa lonke ibandla lika-Israyeli, inhlangano yonke yakwa-Israyeli yasukuma.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 6:3
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yayisiphenduka, yalibusisa lonke ibandla lakwa-Israyeli, lonke ibandla lakwa-Israyeli, lalimi.


UDavide eseqedile ukunikela ngomnikelo wokushiswa nangeminikelo yokuthula wababusisa abantu egameni likaJehova.


Sebeqedile ukunikela, inkosi nabo bonke ababe nayo bakhothama, bakhuleka.


Lapho uHezekiya nezikhulu beza ukuzibona izinqwaba, bambonga uJehova nabantu bakhe u-Israyeli.


Kepha ngikwakhele indlu yokuhlala, indawo yokuhlala kwakho kuze kube phakade.”


Yathi: “Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli owakhuluma ngomlomo wakhe kuDavide ubaba, ukugcwalisile ngesandla sakhe, ethi:


Ekungeneni kwabo isikhulu siyakuhamba phakathi kwabo; ekuphumeni bayakuphuma kanyekanye.


Kwase kubuthana kuye izixuku eziningi, waze wangena emkhunjini, wahlala phansi, uquqaba lonke lumi ogwini.


UJoshuwa wayesebabusisa, wabamukisa; baya ematendeni abo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ