Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 5:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Inkosi uSolomoni nayo yonke inhlangano yakwa-Israyeli eyayihlangene kuyo babe phambi komphongolo behlaba izimvu nezinkabi ezingenakulotshwa, zingenakubalwa ngobuningi bazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Inkosi uSolomoni, nayo yonke inhlangano yakwa-Israyeli eyayihlangene nayo lapho phambi komphongolo, bahlaba izimvu nezinkabi ezingenakubalwa ngenxa yobuningi bazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Inkosi uSolomoni nayo yonke inhlangano yakwa-Israyeli eyayibuthene kuyo phambi komphongolo banikela ngezimvu nezinkomo ezingenakubalwa nezingenakubalwa ngenxa yobuningi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 5:6
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwakuthi ababethwele umphongolo kaJehova sebehambile izinyathelo eziyisithupha, wahlaba inkabi nethole elikhuluphalisiweyo.


Inkosi uSolomoni nayo yonke inhlangano yakwa-Israyeli eyayihlangene kuyo babenayo phambi komphongolo, behlaba izimvu nezinkabi ezingenakulotshwa, zingenakubalwa ngobuningi bazo.


Bamhlabela uJehova imihlatshelo, banikela ngeminikelo yokushiswa kuJehova ngangomuso emva kwalolo suku, izinkunzi eziyinkulungwane, nezinqama eziyinkulungwane, namawundlu ayinkulungwane kanye neminikelo yakho yokuphuzwa, nemihlatshelo eminingi ngo-Israyeli wonke;


Akhuphula umphongolo, netende lokuhlangana, nazo zonke izinto ezingcwele ezazisetendeni, kwakhushulwa ngabapristi namaLevi.


Abapristi bawungenisa umphongolo wesivumelwano sikaJehova endaweni yawo egumbini lendlu, indawo engcwelengcwele, phansi kwamaphiko amakherubi.*


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ