Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 5:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Akhuphula umphongolo, netende lokuhlangana, nazo zonke izinto ezingcwele ezazisetendeni, kwakhushulwa ngabapristi namaLevi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Bawukhuphula umphongolo, nethende lokuhlangana nazo zonke izinto ezingcwele ezazisethendeni; kwakhushulwa ngabaphristi nabaLevi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Bakhuphula umphongolo, netende lokuhlangana, nazo zonke izinto ezingcwele ezazisetabernakele, benyusa abapristi namaLevi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 5:5
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bakhuphula umphongolo kaJehova, netende lokuhlangana, nazo zonke izinto ezingcwele ezazisetendeni, kwakhushulwa ngabapristi namaLevi.


Abapristi bawungenisa umphongolo wesivumelwano sikaJehova endaweni yawo egumbini lendlu, indawo engcwelengcwele, phansi kwamaphiko amakherubi.*


Wahamba uSolomoni, nebandla lonke linaye, waya endaweni ephakemeyo yaseGibeyoni, ngokuba kwakukhona lapho itende lokuhlangana likaNkulunkulu elalenziwe nguMose inceku kaJehova ehlane.


UJehoyada wamisa ababonisi bendlu kaJehova ngesandla sabapristi bamaLevi uDavide abahlukanisile endlini kaJehova bokunikela ngeminikelo yokushiswa kuJehova njengokulotshiweyo emthethweni kaMose, ngentokozo nangokuhlabelela, njengokuhlela kukaDavide.


Esefikile onke amalunga akwa-Israyeli, amaLevi aphakamisa umphongolo.


Inkosi uSolomoni nayo yonke inhlangano yakwa-Israyeli eyayihlangene kuyo babe phambi komphongolo behlaba izimvu nezinkabi ezingenakulotshwa, zingenakubalwa ngobuningi bazo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ