Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 5:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kwathi lapho abapristi sebephumile endaweni engcwele ngokuba bonke abapristi ababe khona babezingcwelisile bengazigcinanga izigaba zabo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Kwathi lapho abaphristi sebephumile endaweni engcwele, ngokuba bonke abaphristi ababelapho babezingcwelisile, kungabhekwanga izigaba zabo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kwathi lapho abapristi bephuma endaweni engcwele, ngokuba bonke abapristi ababekhona babengcwelisiwe, bengalindanga ngaleso sikhathi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 5:11
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base bezingcwelisa abapristi namaLevi ukuba bawukhuphule umphongolo kaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli.


Babutha abafowabo, bazingcwelisa, bangena njengesiyalezo senkosi ngamazwi kaJehova ukuba bayihlambulule indlu kaJehova.


Abapristi babe yingcosana nje, babengenakuhlinza yonke iminikelo yokushiswa; abafowabo amaLevi base bebasiza, waze waphela umsebenzi, nabapristi baze bazingcwelisa, ngokuba amaLevi ayelungele ngezinhliziyo kunabapristi ukuba azingcwelise.


wathi kubo: “Ngizweni nina maLevi; zingcweliseni, niyingcwelise nendlu kaJehova uNkulunkulu wawoyise, nikhiphe ukungcola endaweni engcwele.


Base belihlaba iphasika ngolweshumi nane lwenyanga yesibili; abapristi namaLevi babe namahloni, bazingcwelisa, baletha iminikelo yokushiswa endlini kaJehova.


Zilungiseni ngezindlu zawoyihlo ngezigaba zenu njengokubhala kukaDavide inkosi yakwa-Israyeli nanjengokubhala kukaSolomoni indodana yakhe,


Lihlabeni iphasika, nizingcwelise, nilungisele abafowenu ukuba benze njengezwi likaJehova ngesandla sikaMose.”


kusemi ngasempumalanga kwe-altare amaLevi, abahlabeleli bonke, kanye no-Asafa, noHemani, noJeduthuni, namadodana abo, nabafowabo, bembethe ilineni elicolekileyo, bephethe amasimbali,* nezingubhu, namahabhu,* kukhona kanye nabo abapristi abayikhulu namashumi amabili bekhalisa amacilongo


Kwathi lapho seziphelile izinsuku zedili lawo, uJobe wathuma wawangcwelisa, wavuka ekuseni, wanikela ngeminikelo yokushiswa njengomumo wawo onke; ngokuba uJobe wathi: “Mhlawumbe amadodana ami onile, amthukile uNkulunkulu ezinhliziyweni zawo.” Wenze njalo uJobe imihla yonke.


UJehova wayesethi kuMose: “Hamba uye kubantu, ubangcwelise namuhla nakusasa, bahlanze izingubo zabo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ