Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wenza amatafula ayishumi, wawabeka ethempelini, ayisihlanu ngakwesokunene nayisihlanu ngakwesokhohlo. Wenza nezitsha eziyikhulu zegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Wenza amatafula alishumi, wawabeka ethempelini, ayisihlanu ngakwesokunene, nayisihlanu ngakwesokhohlo. Wenza nezitsha zegolide eziyikhulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wenza amatafula ayishumi, wawabeka ethempelini, ayisihlanu ngakwesokunene namahlanu ngakwesokhohlo. Futhi wenza izitsha eziyikhulu zegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:8
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wenza-ke zonke izinto ezazisendlini kaJehova: i-altare legolide, netafula legolide okwakukhona kulo izinkwa zokubukwa,


USolomoni wenza-ke zonke izinto ezazisendlini kaNkulunkulu, kanye ne-altare legolide, namatafula okwakukhona kuwo izinkwa zokubukwa,


UJehova Sebawoti uyakwenzela abantu bonke idili lokukhulupheleyo kule ntaba, idili lewayini elinenhlese, okukhulupheleyo okunomnkantsha, iwayini elinenhlese elicwengekileyo.


bayakungena endlini yami engcwele, basondele etafuleni lami ukuba bangikhonze, bagcine inkonzo yami.


Ngalolo suku kuyakulotshwa ezikhencezweni zamahhashi ukuthi: “Zahlukaniselwe uJehova,” amakhanzi asendlini kaJehova abe njengemikhele phambi kwe-altare.


“Kepha niyalihlambalaza ngokusho kwenu ukuthi: ‘Itafula leNkosi lingcolile lona, nesithelo salo, ukudla kwalo, sidelelekile.’


Ningesiphuze isitsha seNkosi kanye nesitsha samademoni; ningelihlanganyele itafula leNkosi kanye netafula lamademoni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ