Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Uhlonze lwalo lwalungangobubanzi besandla; udini lwalo lwalwenziwe njengodini lwendebe, lunjengembali yomnduze; lwamukela okulingene namabhati* ayizinkulungwane ezintathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

5 Uhlonze lwalo lwalungangobubanzi besandla; udini lwalo lwalwenziwe njengodini lwendebe, lunjengembali yomnduze; lumumatha okulingene namabhati ayizi-3 000.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Uhlonze lwalo lwalunjengobubanzi besandla, nohlangothi lwalo lwalunjengodini lwendebe, lunezimbali zomnduze; lamukela, lagcina ilulwane eliyizinkulungwane ezintathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:5
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lwalumi phezu kwezinkabi eziyishumi nambili, ezintathu zibheke ngasenyakatho, ezintathu zibheke ngasentshonalanga, ezintathu zibheke ngaseningizimu, ezintathu zibheke ngasempumalanga; ulwandle lwalumiswe phezu kwazo, zonke zifulathelene.


Uhlonze lwalo lwalungangobubanzi besandla; udini lwalo lwalwenziwe njengodini lwendebe lunjengembali yomnduze; lwalulingene namabhati* ayizinkulungwane ezimbili.


Lwalumi phezu kwezinkabi eziyishumi nambili, ezintathu zibheke ngasenyakatho, ezintathu zibheke ngasentshonalanga, ezintathu zibheke ngaseningizimu, ezintathu zibheke ngasempumalanga; ulwandle lwalumiswe phezu kwazo, zonke zifulathelene.


ulenzele usiko olulingene nesandla ngobubanzi nxazonke, ulwenzele usiko udini lwegolide nxazonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ