Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 nezizenze, nezitsha, nezinkezo, nemicengezi yomlilo, ngegolide elicwengekileyo; iminyango-ke yendlu, izivalo zayo ezingaphakathi zendawo engcwelengcwele nezivalo zendlu yethempeli, zaziyigolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

22 Izizenze, izitsha, izinkezo nemicengezi yomlilo kwenziwe ngegolide elicwengekileyo. Iminyango yendlu, izivalo zayo ezingaphakathi endaweni engcwelengcwele, nezivalo zendlu yethempeli kwakuligolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

22 nezizenze, nezitsha, nezitsha, nemicengezi yegolide elicwengekileyo; nomnyango wendlu, nezicabha zayo zangaphakathi zeNgcwelengcwele, nezicabha zendlu yethempeli, zaziyigolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:22
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wazifekethisa ngamakherubi, nangamasundu, nangezimbali eziqhakazileyo, wazinameka ngegolide kukho okubaziweyo.


nezindebe, nezizenze, nezitsha, nezinkezo, nemicengezi yomlilo, ngegolide elicwengekileyo, nezingibe zegolide zezivalo zendlu engaphakathi, indawo engcwelengcwele, nezivalo zendlu yethempeli.


Kodwa indlu kaJehova ayenzelwanga izindebe zesiliva, nezizenze, nezitsha, namacilongo, nazo zonke izinto zegolide, nezinto zesiliva ngemali eyalethwa endlini kaJehova,


Amakhanzi, namafosholo, nezizenze, nezinkezo, nazo zonke izitsha zethusi ababekhonza ngazo akuthatha.


nezimbali, nezibani, nezindlawu, ngegolide, igolide elipheleleyo,


Wawusuphela-ke wonke umsebenzi uSolomoni awenzela indlu kaJehova. USolomoni wangenisa izinto ezazingcweliswe nguDavide uyise, kanye nesiliva negolide, nazo zonke izitsha, wakubeka engcebeni yendlu kaNkulunkulu.


Izizenze zalo nezitsha zalo zensizi mazenziwe ngegolide elicwengekileyo.


Wenze izitsha zalo zokususa umlotha walo, namafosholo alo, nezitsha zalo, nezimfoloko zalo, nemicengezi yalo yomlilo, uzenze zonke izinto zalo ngethusi.


Wazenza izibani zalo eziyisikhombisa nezizenze zalo nezitsha zalo zensizi ngegolide elicwengekileyo.


Amakhanzi, namafosholo, nezizenze, nemicakulo, nezinkezo, nazo zonke izitsha zethusi ababekhonza ngazo akuthatha.


Izivalo zazinezicabha ezimbili, izicabha ezimbili eziphendukayo, ezimbili ngezesinye isivalo, nezicabha ezimbili ngezesinye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ