Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 nezimbali, nezibani, nezindlawu, ngegolide, igolide elipheleleyo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Izimbali zezibani, nezindlawu kwenziwe ngegolide, igolide elicwengekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Izimbali nezibani nezindlawu kwakungokwegolide, igolide elicolekileyo kakhulu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:21
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwakungumsedari* ngaphakathi endlini, kubaziwe ngezintangazane nangezimbali eziqhakazileyo; konke kwakungumsedari, akubonakalanga tshe khona.


Wafekethisa zonke izindonga zendlu nxazonke ngezithombe ezibaziweyo zamakherubi, nangamasundu, nangezimbali eziqhakazileyo ngaphakathi nangaphandle.


Wazifekethisa ngamakherubi, nangamasundu, nangezimbali eziqhakazileyo, wazinameka ngegolide kukho okubaziweyo.


nezinti zezibani kanye nezibani zazo ukuba zivuthe njengomthetho phambi kwegumbi, ngegolide elicwengekileyo,


nezizenze, nezitsha, nezinkezo, nemicengezi yomlilo, ngegolide elicwengekileyo; iminyango-ke yendlu, izivalo zayo ezingaphakathi zendawo engcwelengcwele nezivalo zendlu yethempeli, zaziyigolide.


Uhlonze lwalo lwalungangobubanzi besandla; udini lwalo lwalwenziwe njengodini lwendebe, lunjengembali yomnduze; lwamukela okulingene namabhati* ayizinkulungwane ezintathu.


Kwakukhona othini lwezibani izimbizana ezine ezifana nezimbali zemi-alimondi,* zinamasumpa azo nezimbali zazo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ