Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 nezinti zezibani kanye nezibani zazo ukuba zivuthe njengomthetho phambi kwegumbi, ngegolide elicwengekileyo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 izinti zezibani nezibani zazo ukuze zivuthe njengokubalula komthetho, phambi kwegumbi elingaphakathi, kwenziwe ngegolide elicwengekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngaphezu kwalokho, izinti zezibani nezibani zazo, ukuze kuvutha njengomkhuba wegolide elihlanzekile phambi kwendlu engaphakathi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:20
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngasodongeni lwendlu wakha izimpondo nxazonke ngasezindongeni zendlu nxazonke, ethempelini nasegumbini; wenza amakamelo asezinhlangothini nxazonke;


Abapristi bawungenisa umphongolo wesivumelwano sikaJehova endaweni yawo egumbini lendlu, indawo engcwelengcwele, phansi kwamaphiko amakherubi.*


bamshisela uJehova iminikelo yokushiswa nempepho ethaphukayo ekuseni nakusihlwa njalo, basihlela isinkwa sokubukwa etafuleni elihlanzekileyo, bokhela uthi lwezibani lwegolide nezibani zalo kusihlwa njalo, ngokuba thina sigcina imfanelo kaJehova uNkulunkulu wethu, kepha nina nimshiyile.


nezimbali, nezibani, nezindlawu, ngegolide, igolide elipheleleyo,


Wenza izinti zezibani zegolide njengomthetho wazo, wazibeka ethempelini, eziyisihlanu ngakwesokunene neziyisihlanu ngakwesokhohlo.


Abapristi bawungenisa umphongolo wesivumelwano sikaJehova endaweni yawo egumbini lendlu, indawo engcwelengcwele, phansi kwamaphiko amakherubi.*


Yizwa izwi lokunxusa kwami, nxa ngikhala kuwe, ngiphakamisela izandla zami endaweni yakho engcwelengcwele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ