Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 4:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UHiramu wenza amakhanzi, namafosholo, nezitsha. UHiramu wayeseqeda ukwenza umsebenzi abewenzela inkosi uSolomoni endlini kaNkulunkulu:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 UHuramu wenza amabhodwe, amafosholo, nezitsha. UHuramu wawuqeda umsebenzi ayewenzela inkosi uSolomoni endlini kaNkulunkulu:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 UHiramu wenza amakhanzi, namafosholo, nezitsha. UHiramu wawuqeda umsebenzi okwakumelwe awenzele inkosi uSolomoni yendlu kaNkulunkulu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 4:11
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi uSolomoni yathumela yamlanda uHiramu eTire.


Wayeyindodana yomfelokazi wesizwe sakwaNafetali; uyise wayengumuntu ogcwele ukuhlakanipha, nengqondo, nokwazi ukwenza yonke imisebenzi yethusi. Wafika enkosini uSolomoni, wasebenza wonke umsebenzi wayo.


EThibahati naseKhuni imizi kaHadarezeri, uDavide wathatha ithusi eliningi kakhulu uSolomoni enza ngalo ulwandle lwethusi, nezinsika nezitsha zethusi.


izinsika ezimbili, nezihloko ezimbili ezinjengezinkamba ezaziphezu kwezinsika, namanetha amabili okwembesa izihloko ezimbili ezinjengezinkamba ezaziphezu kwezinsika,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ