Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 32:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Emva kwalokho uSaneheribi inkosi yase-Asiriya wathuma izinceku zakhe eJerusalema wayephambi kweLakishi nabo bonke ababusi benaye kuHezekiya inkosi yakwaJuda nakuye wonke uJuda waseJerusalema, wathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Emveni kwalokho lapho uSenaheribhi, inkosi yase-Asiriya, esevimbezele iLakhishi ngamabutho akhe wonke, wathumela izinceku zakhe eJerusalema kuHezekiya, inkosi yakwaJuda, nakuwo wonke uJuda owayeseJerusalema, nomyalezo othi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Emva kwalokho uSaneheribi inkosi yase-Asiriya wathuma izinceku zakhe eJerusalema (kodwa yena wavimbezela iLakishi nebutho lakhe lonke kanye naye) kuHezekiya inkosi yakwaJuda nakuwo wonke uJuda owayeseJerusalema, wathi:

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 32:9
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inkosi yase-Asiriya yathuma oTharithani, noRabi Sarisi, noRabi Shake ukuba basuke eLakishi, baye enkosini uHezekiya eJerusalema, benempi enkulu. Benyuka bafika eJerusalema. Sebenyukile bafika, bema ngasemseleni wechibi lasenhla elingasendleleni yeNsimu yoMhlanzi.


“Usho kanje uSaneheribi, inkosi yase-Asiriya, uthi: Nethembani nina, njengokuba nihlala nivinjezelwe eJerusalema, na?


Inkosi yase-Asiriya yathuma uRabi Shake, asuke eLakishi, aye eJerusalema enkosini uHezekiya, enempi enkulu, wema ngasemseleni wechibi lasenhla, elingasendleleni yeNsimu Yomhlanzi.


Wayesebuya uRabi Shake, wafumana inkosi yase-Asiriya ilwa neLibina, ngokuba wayezwile ukuthi isukile eLakishi.


Bophelani enqoleni ihhashi elinejubane, nina enakhileyo eLakishi; lona lalingukuqala kwezono kuyo indodakazi yaseSiyoni, ngokuba iziphambeko zakwa-Israyeli zafunyanwa kuwe.


UJoshuwa wasuka eLibina nabo bonke abakwa-Israyeli benaye, waya eLakishi, wamisa malungana nalo, walwa nalo;


inkosi yaseJarimuthi: inye; inkosi yaseLakishi: inye;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ