Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 32:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Izinceku zakhe zazikhuluma nokunye okuphambene noJehova uNkulunkulu nenceku yakhe uHezekiya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Izinceku zakhe zakhuluma okunye okuphambene noSimakade uNkulunkulu, nenceku yakhe, uHezekiya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Izinceku zakhe zakhuluma kakhulu ngoJehova uNkulunkulu nangenceku yakhe uHezekiya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 32:16
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalokho uHezekiya makanganikhohlisi, anganiyengi ngale ndlela, ningakholwa nguye, ngokuba kwakungekho nkulunkulu nakusiphi isizwe noma kumuphi umbuso owayenamandla okophula abantu bakhe esandleni sami nasesandleni sawobaba; kakhulu kangakanani anganophula esandleni sami uNkulunkulu wenu na?”


Wayelobe nencwadi yokumhlambalaza uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, wakhuluma okuphambene naye, wathi: “Njengalokho onkulunkulu babezizwe bengabophulanga abantu babo esandleni sami, kanjalo uNkulunkulu kaHezekiya akayikubophula abantu bakhe esandleni sami.”


Umlomo wabo bawuphakamisela ezulwini; ulimi lwabo luhambela emhlabeni.


Kepha konke lokho bayakukwenza kini ngenxa yegama lami, ngokuba bengamazi ongithumileyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ