Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Wanameka nendlu, nemishayo, nemibundu, nezindonga zayo, neminyango yayo ngegolide, waqopha amakherubi* ezindongeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Wahuqa indlu, imishayo, imibundu, izindonga zayo, neminyango yayo ngegolide, waqopha amakherubhi ezindongeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wayinameka indlu, nemishayo, nezinsika, nezindonga zayo, neminyango yayo ngegolide; namakherubi eqoshwe ezindongeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:7
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayihlobisa indlu ngamatshe ayigugu ukuze ivunuliswe; igolide laliyigolide laseParivayimi.


“Wolenza itabernakele* ngezilenge eziyishumi; zona wozenza ngelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo nangokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, zibe namakherubi,* kube ngumsebenzi wengcweti.


Wonameka amapulangwe ngegolide, uwenze amasongo awo ngegolide, abe yizindawo zemishayo, unameke nemishayo ngegolide.


Ukukhazimula kwezimvunulo zakho bakubeka kwaba ngukuziqhenya, benza ngakho izithombe ezinengekayo nezizondekayo; ngalokho ngikwenzile kwaba yinto engcolileyo kubo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ