Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Yilesi isisekelo uSolomoni asibekela ukuba kwakhiwe indlu kaNkulunkulu: ubude ngezingalo zesilinganiso esidala babuyizingalo ezingamashumi ayisithupha, ububanzi babuyizingalo ezingamashumi amabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Nasi-ke isisekelo esabekwa nguSolomoni ukuba kwakhiwe indlu kaNkulunkulu: ubude ngokulinganisa ngamakhubhithi akuqala kwakungamakhubhithi angama-60, ububanzi bungamakhubhithi angama-20.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Lezi ziyizinto uSolomoni aziyalwa ukuba kwakhiwe indlu kaNkulunkulu. Ubude ngezingalo ngokwesilinganiso sokuqala babuyizingalo ezingamashumi ayisithupha, nobubanzi buyizingalo ezingamashumi amabili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:3
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi ngomnyaka wamakhulu amane namashumi ayisishiyagalombili emva kokuphuma kwabantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe, ngomnyaka wesine wokubusa kukaSolomoni phezu kwabakwa-Israyeli, ngenyanga kaZivi eyinyanga yesibili, waqala ukwakha indlu kaJehova.


Waqala ukwakha ngolwesibili lwenyanga yesibili ngomnyaka wesine wokubusa kwakhe.


Ububanzi bomnyango babuyizingalo eziyishumi; amacele omnyango ayeyizingalo eziyisihlanu ngalapha nezingalo eziyisihlanu ngalapha; walinganisa ubude balo: yizingalo ezingamashumi amane; nobubanzi balo: yizingalo ezingamashumi amabili.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ