Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Wazimisa izinsika phambi kwethempeli, enye ngakwesokunene nenye ngakwesokhohlo, wabiza igama lengakwesokunene ngokuthi uJakini negama lengakwesokhohlo ngokuthi uBowazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 Wamisa izinsika phambi kwethempeli, enye ngakwesokunene nenye ngakwesokhohlo. Eyangakwesokunene wayiqamba igama wathi uJakhini, eyangakwesokhohlo wathi uBhowazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Wazimisa izinsika phambi kwethempeli, enye ngakwesokunene nenye ngakwesokhohlo; igama lengakwesokunene lalithiwa nguJagini, negama lengakwesokhohlo lalithi nguBhowazi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:17
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amadodana kaSimeyoni: ngoJemuweli, noJamini, no-Ohade, noJakini, noSohari, noShawule, indodana yowesifazane waseKhanani.


Wazimisa izinsika ngasemphemeni wethempeli; wayimisa insika yokunene, waqamba igama layo ngokuthi uJakini, wayimisa nensika yasokhohlo, waqamba igama layo ngokuthi uBowazi.


Wenza amaketanga egumbini, wawabeka ezihlokweni zezinsika; wenza amapomegranati* ayikhulu, wawabeka emaketangeni.


Ubude bompheme babuyizingalo ezingamashumi amabili, nobubanzi buyizingalo eziyishumi nanye ngasezinyathelweni okwakukhushukelwa ngazo kulo; kwakukhona nezibonda ngasezinsikeni, esinye ngalapha nesinye ngalapha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ