Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wenza amaketanga egumbini, wawabeka ezihlokweni zezinsika; wenza amapomegranati* ayikhulu, wawabeka emaketangeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

16 Wenza amaketanga egumbini, wawabeka ezihlokweni zezinsika, wenza amahananadi ayikhulu wawabeka emaketangweni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wenza amaketanga njengekamelo elingaphakathi, wawabeka ezinhloko zezinsika; wenza amabhomu ayikhulu, wawafaka emaketangeni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:16
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

USolomoni wayinameka indlu phakathi ngegolide elicwengekileyo, walivalela igumbi ngamaketanga egolide; walinameka nalo ngegolide.


Kwakukhona izihloko naphezu kwezinsika zombili eduze nesisu esasiseceleni kwenetha; amapomegranati* ayengamakhulu amabili, eyizinhla nxazonke phezu kwesinye isihloko.


Wenza ngaphakathi kwendlu izinsika ezimbili, ukuphakama kwazo kwakuyizingalo ezingamashumi amathathu nanhlanu; isihloko esasingaphezu kwaleyo naleyo sasiyizingalo eziyisihlanu.


Wazimisa izinsika phambi kwethempeli, enye ngakwesokunene nenye ngakwesokhohlo, wabiza igama lengakwesokunene ngokuthi uJakini negama lengakwesokhohlo ngokuthi uBowazi.


izinsika ezimbili, nezihloko ezimbili ezinjengezinkamba ezaziphezu kwezinsika, namanetha amabili okwembesa izihloko ezimbili ezinjengezinkamba ezaziphezu kwezinsika,


namapomegranati* angamakhulu amane amanetha omabili, izinhla ezimbili zamapomegranati kulelo nalelo netha, okwembesa izihloko zombili ezazinjengezinkamba phezu kwezinsika.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ