Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Amaphiko amakherubi ayeyizingalo ezingamashumi amabili; iphiko lelinye laliyizingalo eziyisihlanu, lathinta odongeni lwendlu; elinye iphiko nalo laliyizingalo eziyisihlanu, lathinta ephikweni lelinye ikherubi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 Ubude bamaphiko amakherubhi babungamakhubhithi angama-20, iphiko ngalinye lingamakhubhithi ayisihlanu, lithinte odongeni lwendlu. Elinye iphiko elalingamakhubhithi ayisihlanu, lalithinte kwelinye iphiko lelinye ikherubhi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Amaphiko amakherubi ayeyizingalo ezingamashumi amabili ubude; elinye iphiko lekherubi laliyizingalo eziyisihlanu, laya odongeni lwendlu; nelinye iphiko laliyizingalo eziyisihlanu ngokufanayo, kuze kufike ephikweni lelinye ikherubi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:11
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wawabeka amakherubi phakathi nendlu engaphakathi; amakherubi awelula amaphiko, iphiko lelinye lathinta odongeni, nephiko lelinye ikherubi lathinta odongeni olunye; amaphiko awo athintana phakathi nendlu.


Endlini engcwelengcwele wenza amakherubi* amabili aqoshiweyo; bawanameka ngegolide.


Iphiko lelinye ikherubi laliyizingalo eziyisihlanu, lathinta odongeni lwendlu; elinye iphiko laliyizingalo eziyisihlanu nalo, lafinyelela ephikweni lelinye ikherubi.


amaphiko azo ayehlangene, elinye nelinye; aziphendukanga ekuhambeni kwazo, yileso naleso sahamba ngokuqonda kobuso baso.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ