Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 3:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Endlini engcwelengcwele wenza amakherubi* amabili aqoshiweyo; bawanameka ngegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 Endlini engcwelengcwele wakha amakherubhi amabili aqoshiweyo, wawacaka ngegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Endlini eNgcwelengcwele wenza amakherubhi amabili abaziwe wawahuqa ngegolide.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 3:10
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Amaphiko amakherubi ayeyizingalo ezingamashumi amabili; iphiko lelinye laliyizingalo eziyisihlanu, lathinta odongeni lwendlu; elinye iphiko nalo laliyizingalo eziyisihlanu, lathinta ephikweni lelinye ikherubi.


Uyakwenza amakherubi* amabili ngegolide, uwenze ngomsebenzi okhandiweyo ekugcineni kwesihlalo somusa nxazombili,


Amakherubi ayakwelula amaphiko awo ngaphezulu, amboze isihlalo somusa ngamaphiko awo, abhekane ngobuso; ubuso bamakherubi buyakubheka isihlalo somusa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ