Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 27:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Wenza okulungile emehlweni kaJehova njengakho konke akwenzileyo u-Uziya, kepha akangenanga ethempelini likaJehova. Abantu babesasebenza ukonakala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Wenza okulungileyo phambi kukaSimakade njengalokho konke ayekwenzile uyise, u-Uziya, kodwa akazange angene ethempelini likaSimakade. Abantu baqhubeka ukwenza okungalungile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wenza okulungile emehlweni kaJehova, njengalokho enzile uyise u-Uziya; kepha akangenanga ethempelini likaJehova. Futhi abantu basakhohlakele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 27:2
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wenza okulungile emehlweni kaJehova njengakho konke akwenzileyo uyise u-Amasiya.


U-Ahazi wayeneminyaka engamashumi amabili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesithupha eJerusalema; akenzanga okulungile emehlweni kaJehova njengoDavide uyise,


Inyama yami iyathuthumela ngovalo ngawe, ngiyesaba izahlulelo zakho.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi: “Hamba wehle, ngokuba abantu bakho owabakhuphula ezweni laseGibithe benzile isono;


Hawu, sizwe esonayo, bantu abasindwe ngububi, nzalo yababi, bantwana abonakeleyo! Bamshiyile uJehova, bamdelele oNgcwele ka-Israyeli, babuyele emuva.


Kepha kwabanye akwabakho owayenesibindi sokuzihlanganisa nabo, kepha abantu babebazisa kakhulu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ