Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 26:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wenza okulungile emehlweni kaJehova njengakho konke akwenzileyo uyise u-Amasiya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Wenza okuhle phambi kukaSimakade, njengakho konke u-Amaziya uyise ayekwenzile.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wenza okulungile emehlweni kaJehova, njengalokho enzile uyise u-Amasiya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 26:4
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayeneminyaka eyishumi nesithupha ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi ayisihlanu nambili eJerusalema; igama likanina lalinguJekoliya waseJerusalema.


Wenza okulungile emehlweni kaJehova, wenza njengakho konke akwenzileyo uyise u-Uziya.


UJowashi wenza okulungile emehlweni kaJehova zonke izinsuku zikaJehoyada umpristi.


Wenza okulungile emehlweni kaJehova, kungenganhliziyo epheleleyo kodwa.


U-Uziya wayeneminyaka eyishumi nesithuha ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi ayisihlanu nambili eJerusalema; igama likanina lalinguJekoliya waseJerusalema.


Wayelokhu emfuna uNkulunkulu emihleni kaZakariya owafundisa ekumesabeni uJehova; emihleni yokumfuna kwakhe uJehova, uNkulunkulu wamhlahlamelisa.


Wenza okulungile emehlweni kaJehova njengakho konke akwenzileyo u-Uziya, kepha akangenanga ethempelini likaJehova. Abantu babesasebenza ukonakala.


Wenza okulungile emehlweni kaJehova njengakho konke akwenzileyo uDavide uyise.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ