Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 25:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 U-Amasiya wayesethi kulowo muntu kaNkulunkulu: “Kepha siyakwenze njani ngamatalenta* ayikhulu engiwanike impi yakwa-Israyeli na?” Umuntu kaNkulunkulu wathi: “UJehova unamandla okukunika okuningi kunalokho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 U-Amaziya wayesethi kulowo muntu kaNkulunkulu: “Pho manje sizokwenzenjani ngamathalenta ayikhulu engikhokhele ngawo impi yakwa-Israyeli na?” Umuntu kaNkulunkulu wathi: “USimakade unamandla okukunika okuningi kunalokho.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 U-Amasiya wayesethi kulowo muntu kaNkulunkulu: “Kepha siyakwenzani ngamatalenta ayikhulu engalinika impi yakwa-Israyeli na?” Umuntu kaNkulunkulu wasesithi: I Nkosi inamandla okukunika okungaphezu kwalokho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 25:9
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Amasiya wayeseyahlukanisa impi ebifike kuye ivela kwa-Efrayimi ukuba iye ekhaya; ngalokho ulaka lwabo lwavuthela kakhulu uJuda, babuyela ekhaya bevutha ulaka.


Umhlaba ungokaJehova nokugcwala kwawo, izwe nabakhileyo kulo.


Isibusiso sikaJehova siyacebisa; akenezeli usizi kuso.


Kepha womkhumbula uJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba nguyena okupha amandla okuzuza imfuyo ukuba amise isivumelwano sakhe asifungela oyihlo njenganamuhla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ