Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




2 iziKronike 24:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kwase kumenyezelwa kwaJuda naseJerusalema ukuba balethe kuJehova intela uMose inceku kaNkulunkulu ayibeke phezu kuka-Israyeli ehlane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Kwase kumenyezelwa kwaJuda naseJerusalema ukuba balethe kuSimakade intela uMose, inceku kaNkulunkulu, ayeyale u-Israyeli ukuba ayikhokhe esesehlane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Bamemeza kwaJuda naseJerusalema ukuba kulethwe umnikelo uMose inceku kaNkulunkulu awubeka phezu kuka-Israyeli ehlane kuJehova.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




2 iziKronike 24:9
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Zonke izikhulu nabo bonke abantu bathokoza, bayiletha, bayiphonsa emphongolweni, baze baqeda.


Inkosi yayisibiza uJehoyada inhloko, yathi kuye: “Awubizanga ngani kumaLevi ukuba alethe kwaJuda naseJerusalema intela kaMose inceku kaJehova neyebandla lika-Israyeli, ibe ngeyetende lobufakazi na?”


Ngomnyaka wokuqala kaKoresi inkosi yasePheresiya ukuba kufezeke izwi likaJehova ngomlomo kaJeremiya uJehova wavusa umoya kaKoresi inkosi yasePheresiya ukuba amemezele embusweni wakhe wonke, alobe futhi ngokuthi:


“Nxa ubala inani labantwana bakwa-Israyeli ngokwalabo ababalwayo, yilowo nalowo kubo makathele kuJehova ihlawulo lomphefumulo wakhe, lapho ubabalayo, ukuba kungabikho sifo phakathi kwabo, nxa ubabala.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ